Jundumlahleni umuthi ongenayo emithini emibi yokubulala, uyasiza futhi uma ugula uphethwe yisisu uyawuphuza. UJundu mlahleni uyasebenza kakhulu ekwelapheni isinyama lapho wakhipha isisu khona, noma washonelwa kodwa wangagezwa. Uyasebenza lomuthi ekukhipheni isilwane, isichitho, uyasebenza kakhulu kulemithi yokukhipha isilwane ehambisana nenkukhu. uyasebenza as umuthi wokucupha ithuna/isidumbu. jundumlahle elinye igama umlahleni. Mlahleni noma mlahlenisefile.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |